BENEFITS BEYOND TODAY: BUILDING EQUITABLE MODELS FOR SHARED PROSPERITY ( ZULU VERSION)

Date: 25/11/2026


Intro paragraph:

Benefits Beyond Today: Building Equitable Models For Shared Prosperity

Lo mbiko wocwaningo ushicilelwe Uhlelo Lwamalungelo Ezemvelo lweLawyers for Human Rights. Uhlola ukuthi imiphakathi ethinteka ngenxa yemisebenzi yezimayini ingabelana kanjani ngokulinganayo ngezinzuzo zezomnotho, ezenhlalakahle nezemvelo ezitholakala ngokumbiwa kwezimbiwa.

Umbiko uhlaziya izindlela ezikhona zokwabelana ngezinzuzo ezitholakala ezimayini eNingizimu Afrika, okubalwa kuzo Izinhlelo Zezenhlalakahle Nezabasebenzi (Social and Labour Plans), ubunikazi obuhlanganyelwe bamasheya, Izivumelwano Zokuthuthukiswa Komphakathi kanye nama-trust omphakathi. Uphinde uphakamise uhlaka olusekelwe emalungelweni abantu, olugqugquzela ukubamba iqhaza kwemiphakathi emathubeni omnotho, ukuvikeleka kwezenhlalakahle, ukuthuthukiswa kwamakhono kanye nokubuyiselwa kwesimo semvelo.

Download the full report here.

Thank you for joining
Thank you for joining the LHR Newsletter, we will be in touch soon